Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 9:24 - IsiZulu 2020

24 Umpheki waphakamisa umlenze nokwakuphezu kwawo, wawubeka phambi kukaSawule. USamuweli wathi: “Nakhu ohlinzekwe ngakho. Kubeke phambi kwakho, udle, ngokuba kugcinelwe wena kuze kufike lesi sikhathi, njengalokhu ngithe ngimeme abantu.” USawule wayesedla noSamuweli ngalolo lusuku.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Umpheki waphakamisa umlenze nokwakuphezu kwawo, wawubeka phambi kukaSawule. USamuweli wathi: “Nakhu ohlinzekwe ngakho. Kubeke phambi kwakho, udle, ngokuba kugcinelwe wena kuze kufike lesi sikhathi, njengalokho ngithe ngimemile abantu.” USawule wayesedla noSamuweli ngalolo suku.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Umpheki wathatha ihlombe nalokho okwakuphezu kwalo, wakubeka phansi phambi kukaSawule. USamuweli wathi: “Bheka, okusele; Kubeke phambi kwakho, udle, ngokuba kuze kube manje kugcinelwe wena kusukela ngathi: Ngimemile abantu. Ngakho uSawule wadla noSamuweli ngalolo suku.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 9:24
6 Iomraidhean Croise  

Faka kulo isitho senyama, isitho senyama enhle; umlenze nomkhono. Ligcwalise ngamathambo ekhethelo.


Uyobusisa isifuba esizungezisiwe njengomnikelo wokuzungeziswa nomlenze ozungezisiwe njengomnikelo wokuzungeziswa enqameni yokugcotshwa kuka-Aroni, ukwehlukanise kulokho okungokuka-Aroni namadodana akhe.


“Uyothatha amanoni enqama, amanoni omsila, umhlwehlwe, amanoni asesibindini, izinso zombili namanoni azo, nomlenze wangakwesokudla, ngokuba yinqama yokubekwa kwabo.


Inyama yalo iyoba ngeyakho: isifuba sokuzungeziswa nomlenze wangakwesokunene kuyoba ngokwakho.


USamuweli wathi kumpheki: “Letha isabelo engakunika sona engasho kuwe ngaso ukuthi: ngigcinele sona.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan