1 Samuweli 27:7 - IsiZulu 20207 UDavide wahlala unyaka nezinyanga ezine ezweni lamaFilisti. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Umumo wezinsuku zokuhlala kukaDavide ezweni lamaFilisti wawungumnyaka nezinyanga ezine. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20247 Isikhathi sokuhlala kukaDavide ezweni lamaFilisti sasingumnyaka nezinyanga ezine. Faic an caibideil |
Base bethi abakhuzi bempi yamaFilisti: “Afunani lawa maHebheru lapha na?” U-Akhishi wathi kubo abakhuzi bempi yamaFilisti: “Akusiye yini uDavide, inceku kaSawule, inkosi yakwa-Israyeli, okade enami kulezi zinsuku nakule minyaka na? Angifumananga lutho kuye selokhu ahlubuka weza kimi kuze kube namuhla.”