Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 26:14 - IsiZulu 2020

14 UDavide wamemeza abantu no-Abhineri, indodana kaNeri, wathi kubo: “Abhineri, awusabeli ngani na?” U-Abhineri waphendula wathi: “Ungubani wena omemeza inkosi na?”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UDavide wabiza abantu no-Abineri indodana kaNeri, ethi: “Awusabeli, Abineri, na?” U-Abineri wayesesabela ethi: “Ungubani wena obiza inkosi na?”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

14 UDavide wabiza abantu no-Abineri indodana kaNeri, wathi: “Awuphenduli yini, Abineri? UAbhineri wasephendula wathi: Ungubani wena obiza inkosi?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 26:14
4 Iomraidhean Croise  

U-Abhineri, indodana kaNeri, umkhuzi wempi kaSawule wayesethathe u-Ishi Bhoshethi, indodana kaSawule, waya naye eMahanayimi,


Igama lomkaSawule ngu-Ahinohama, indodakazi ka-Ahimazi. Umkhuzi wempi yakhe kungu-Abhineri, indodana kaNeri uyisekazi kaSawule.


UDavide wayesewelela ngaphesheya, wema esicongweni sentaba ekude, washiya isikhala esikhulu phakathi kwabo.


UDavide wambuza u-Abhineri wathi: “Kanti wena awusiye yini umuntu, ukhona yini onjengawe kwa-Israyeli na? Awuyiqaphanga ngani inkosi yakho, inkosi uSawule na? Kufike omunye wabantu ukuzobulala inkosi yakho, inkosi uSawule.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan