Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 23:8 - IsiZulu 2020

8 USawule wabiza abantu bonke ukuba baye empini, behlele eKheyila, bavimbezele uDavide nabantu bakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 USawule wabiza abantu bonke, baye empini, behlele eKeyila, bavimbezele uDavide nabantu bakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

8 USawule wabiza bonke abantu ukuba balwe, behlele eKehila, bavimbezele uDavide nabantu bakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 23:8
4 Iomraidhean Croise  

Inkosi yathi ku-Abhiyathara, umphristi: “Hamba uye e-Anathothi emasimini akho, ngokuba ufanelwe wukufa, kodwa angizukukubulala namuhla, ngokuba wawuthwala umphongolo weNkosi uSimakade phambi kukaDavide, ubaba. Nawe wahlushwa yizona zonke izinhlupheko ezehlela ubaba.”


Wayesethi uDavide: “Simakade, Nkulunkulu ka-Israyeli, inceku yakho izwile ngokweqiniso ukuthi uSawule ufuna ukuza eKheyila azobhubhisa umuzi ngenxa yami.


Kwabikwa kuSawule ukuthi uDavide ufikile eKheyila. Wayesethi uSawule: “UNkulunkulu umkhaphele esandleni sami, ngokuba uzivalele ngokungena emzini onamasango nemigoqo.”


UDavide wayazi ukuthi uSawule uceba okubi ngaye; wathi ku-Abhiyathara, umphristi: “Letha ingubo yamahlombe.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan