Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 19:12 - IsiZulu 2020

12 UMikhali wamehlisa uDavide ngefasitela. UDavide wahamba, wabaleka, waphunyuka kanjalo-ke.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UMikhali wamehlisa uDavide ngefasitele, wahamba, wabaleka, waphunyuka.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

12 UMikali wayesemehlisa uDavide ngefasitela, wahamba, wabaleka, waphunyuka.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 19:12
6 Iomraidhean Croise  

Izinceku zika-Absalomu zafika kowesifazane endlini, zathi: “Baphi o-Ahimahasi noJonathani na?” Owesifazane waphendula wathi kuzo: “Bawele umfudlana.” Lapho sezibathungathe zancama, zasuka zabuyela eJerusalema.


Ziningi izinhlupheko zolungileyo, kepha uSimakade uyamkhulula kuzo zonke.


URahabi wayesewehlisa ngentambo aphuma ngefasitela, ngoba indlu ayehlala kuyo yayiyingxenye yodonga lomuzi, yena ehlala ngaphakathi kodonga.


Nanka amagama amadodana kaSawule: nguJonathani, u-Ishivi, noMalikhi Shuwa. Amadodakazi akhe, igama leyokuqala nguMerabi, encane nguMikhali.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan