Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 18:11 - IsiZulu 2020

11 USawule waciba umkhonto, wathi: “Ngiyakumphisela odongeni uDavide.” Kepha uDavide wagwija kwaze kwaba kabili phambi kwakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 USawule wawuciba umkhonto, ngokuba wathi: “Ngiyakumbhujela uDavide odongeni.” Kepha uDavide washalaza phambi kwakhe kabili.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

11 USawule wawuphonsa umkhonto; ngoba wathi: Ngizamtshaya uDavida ngalo emdulini. UDavide wasuka kabili ebusweni bakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 18:11
9 Iomraidhean Croise  

Ulaka lungulunya nentukuthelo iyisikhukhula, kepha ngubani ongema phambi komhawu na?


Asikho isikhali esenzelwa wena esiyakuphumelela; uyakumisa lonke ulimi olukuvukelayo ekwehlulelweni; lokhu kuyifa lezinceku zikaSimakade nokumelwa kwazo okuvela kimi,” kusho uSimakade.


Kepha Yena wadabula phakathi kwabo wahamba.


Ngakho-ke bafuna ukumbamba, kodwa waphunyuka ezandleni zabo.


Base becosha amatshe ukuze bamkhande ngawo, kodwa uJesu wafihlakala kubo, waphuma ethempelini.


bacima amandla omlilo, baphunyuka enkembeni, baphiwa amandla ebuthakathakeni, baba yiziqhwaga empini, baxosha izimpi zabezizwe.


USawule wamciba ngomkhonto efuna ukumgwaza ngawo; uJonathani wase azi ukuthi uyise uhlose ukubulala uDavide.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan