Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 17:41 - IsiZulu 2020

41 Weza umFilisti, wafika wasondela kuDavide; umuntu owayephethe isihlangu wayehamba phambi kwakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Weza umFilisti, wafika wasondela kuDavide; umuntu ophethe isihlangu wahamba phambi kwakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

41 UmFilisti wasesiza, wasondela kuDavida; indoda ephethe isihlangu yaphuma phambi kwakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 17:41
4 Iomraidhean Croise  

USimakade wathi kuJoshuwa: “Yelulela ngase-Ayi umkhonto osesandleni sakho, ngokuba ngiyakulinikela esandleni sakho.” UJoshuwa welulela ngasemzini umkhonto owawusesandleni sakhe.


Wathatha induku yakhe wayiphatha ngesandla, wazikhethela amatshe ayisihlanu abushelelezi emfundlaneni, wawafaka esikhwameni somelusi, waphatha nendwayimane yakhe ngesandla. Wasondela kumFilisti.


UmFilisti wabuka, wambona uDavide, wameyisa, ngokuba wayengumfana nje, ebomvana, ebukeka.


Uthi lomkhonto wakhe lwalunjengogongolo lomaluki; isihloko somkhonto sasingamashekeli ensimbi angama-600. Phambi kwakhe kwakuhamba ophethe isihlangu.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan