Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 14:4 - IsiZulu 2020

4 Phakathi kwezikhala uJonathani ayefuna ukucusha kuzo aye ngaphesheya, agasele ibutho lamaFilisti, kwakunogedla lwesiwa ngapha nangapha. Igama lesinye kwakuthiwa yiBhozezi, esinye kuthiwa yiSene.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Phakathi kwezintuba uJonathani afuna ukuwela ngazo ukuya ekhandeni lamaFilisti kwakukhona ugedla lwesiwa ngalapha nogedla lwesiwa ngalapha; igama lolunye laliyiBosesi, negama lolunye laliyiSene.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Phakathi kwezintuba uJonathani ayefuna ukuwela kuzo, aye ezingosini zamaFilisti, kwakukhona idwala elicijileyo ngalapha, nedwala elibukhali ngalapha; igama lenye lalinguBhozesi, igama lenye lalinguSene.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 14:4
3 Iomraidhean Croise  

Luhlala esiweni, lwakhe khona, iwa edwaleni liyinqaba yalo.


Ibutho lamaFilisti laphuma, laya ngasentubeni eMikhimashi.


Olunye ugedla lwesiwa lwalugebele ngasenyakatho, phambi kweMikhimashi, olunye ngaseningizimu, phambi kweGebha.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan