1 Samuweli 1:4 - IsiZulu 20204 Kwathi ngosuku u-Elikhana ahlaba ngalo, wanika uPhenina nawo wonke amadodana namadodakazi akhe izabelo zabo. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Kwathi ngosuku u-Elkana ahlaba ngalo, wanika uPhenina umkakhe nawo onke amadodana akhe namadodakazi akhe izabelo; Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20244 Kwasekusithi lapho uElkana enikela umhlatshelo, wanika umkakhe uPhenina lawo wonke amadodana akhe lamadodakazi akhe izabelo. Faic an caibideil |
Uyokwenama phambi kukaSimakade uNkulunkulu wakho, wena nendodana yakho, indodakazi yakho, inceku yakho, incekukazi yakho, umLevi ohlala emzini wakho, umfokazi, intandane, nomfelokazi ohlala phakathi kwenu, uyokwenza lokhu endaweni uSimakade uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha ukuba igama lakhe lihlale khona.