UNumeri 8:17 - Contemporary Zulu Bible 202417 Ngokuba ngawami onke amazibulo abantwana bakwa-Israyeli, abantu nawezilwane; mhla ngibulala amazibulo onke ezweni laseGibithe, ngawangcwelisela kimi. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE17 Ngokuba onke amazibulo phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli angawami, awabantu nawezilwane; mhla ngishaya amazibulo onke ezweni laseGibithe ngazingcwelisela wona. Faic an caibideilIsiZulu 202017 Wonke amazibulo phakathi kwabantu bakwa-Israyeli angawami, awabantu nawezilwane, ngazehlukanisela wona kusukela mhla ngibulala amazibulo wonke eGibhithe. Faic an caibideil |