Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 6:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Angazingcolisi ngoyise noma ngonina, ngomfowabo noma ngodadewabo, uma befa, ngokuba ubungcwele bukaNkulunkulu wakhe buphezu kwekhanda lakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Akayikuzingcolisa ngoyise noma ngonina, noma ngomfowabo noma ngodadewabo, nxa befile, ngokuba isithembiso sakhe sobuNaziri sisekhanda lakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

7 Akayukuzingcolisa noma ngabe kufa uyise noma unina, noma umfowabo noma udadewabo, ngokuba isithembiso sakhe sobunaziri sisekhanda lakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 6:7
5 Iomraidhean Croise  

Futhi bangasondeli kofileyo ukuba bamngcolise; kodwa ngenxa kayise noma unina noma indodana noma indodakazi, umfowabo noma udadewabo ababengenandoda bangazingcolisa.


Zonke izinsuku zobuNaziri bakhe ungcwele kuJehova.


Kwakukhona amadoda athile ayengcoliswe isidumbu somuntu, kangangokuthi ayengenakwenza iphasika ngalolo suku; bahamba phambi kukaMose no-Aroni ngalolo suku.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan