Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 5:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Umpristi amfungise ngesifungo, athi kowesifazane: ‘Uma kungekho muntu olale nawe, futhi uma ungangcoliswanga ngomunye esikhundleni sendoda yakho, khululeka kulawa manzi ababayo ayisiqalekiso;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Umpristi amfungise, athi kowesifazane: “Uma kungalalanga ndoda nawe, ungadukelanga ekungcoleni usephansi kwendoda yakho, mawukhululeke kulawa manzi ababayo aveza isiqalekiso;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

19 Umphristi uyomfungisa owesifazane, athi: “Uma kungekho ndoda elale nawe, uma ungaphambukelanga ekungcoleni usephansi kwendoda yakho, khululeka kulawa manzi ababayo aletha isiqalekiso,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 5:19
5 Iomraidhean Croise  

Khuluma kubantwana bakoIsrayeli uthi kubo: Uba umkamuntu ephuma enze isono kuye,


Umpristi kumelwe ambeke owesifazane phambi kukaJehova, embule ikhanda lowesifazane, abeke umnikelo wesikhumbuzo womhawu esandleni sakhe, futhi umpristi abe namanzi ababayo esiqalekiso esandleni sakhe.


Futhi uma owesifazane engangcolile, kodwa ehlanzekile; khona-ke uzokhululeka futhi akhulelwe.


Kodwa uJesu wathula. Umpristi omkhulu wasephendula wathi kuye: Ngikufungisa uNkulunkulu ophilayo, ukuthi usitshele ukuthi wena unguKristu, iNdodana kaNkulunkulu.


Ngokuba owesifazane onendoda uboshelwe ngomthetho endodeni yakhe isekhona; kepha uma indoda isifile, ukhululiwe emthethweni wendoda.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan