UNumeri 36:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Ngakho ifa labantwana bakwa-Israyeli ngeke lisuke kwesinye isizwe liye kwesinye, ngoba abantwana bakwa-Israyeli kumelwe balondoloze yilowo nalowo efeni lesizwe soyise. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Ifa labantwana bakwa-Israyeli aliyikuhamba izizwe ngezizwe, ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bayakunamathela, kube yilowo nalowo efeni lesizwe sawoyise. Faic an caibideilIsiZulu 20207 ukuze kungabikho ifa labantu bakwa-Israyeli eliyakudluliselwa kwezinye izizwana, yilowo nalowo wabantu bakwa-Israyeli uyakunamathela efeni lesizwana sokhokho bakhe. Faic an caibideil |