16 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
16 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
Ngakho kawuyikuba loyedwa ophosa intambo ngenkatho ebandleni likaJehova.
Izizwe ezimbili nengxenye yesizwe zadla ifa lazo nganeno kweJordani ngaseJeriko ngasempumalanga ngasempumalanga.
Lawa angamagama amadoda ayakuhlukanisela izwe phakathi kwenu: u-Eleyazare umpristi noJoshuwa indodana kaNuni.
Lawa angamafa abantwana bakwa-Israyeli abawadla njengefa ezweni laseKhanani, umpristi u-Eleyazare, noJoshuwa, indodana kaNuni, nezinhloko zezindlu zoyise zezizwe zabantwana bakwa-Israyeli ababanika wona njengefa.
UJoshuwa wabenzela inkatho eShilo phambi kukaJehova, uJoshuwa wababela khona izwe abantwana bakwa-Israyeli ngokwezabelo zabo.