Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 31:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kumelwe nithumele impi kuzo zonke izizwe zakwa-Israyeli inkulungwane esizweni ngasinye.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 kuleso naleso sizwe njalo anoyithuma empini inkulungwane ezizweni zonke zakwa-Israyeli.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

4 Kuleso naleso sizwana sakwa-Israyeli kuphume inkulungwane, nibathumele empini.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 31:4
5 Iomraidhean Croise  

Abahlanu kini bayakuxosha ikhulu, nekhulu kini lixoshe izinkulungwane eziyishumi, izitha zenu ziwe ngenkemba phambi kwenu.


UMose wakhuluma kubantu, wathi: “Hlomelani impi abanye benu, bahambe bahlasele abakwaMidiyani, baphindisele uJehova wakwaMidiyani.”


Ezinkulungwaneni zakwa-Israyeli kwakhishwa inkulungwane esizweni, izinkulungwane eziyishumi nambili zihlomele impi.


UJehova wathi kuGideyoni: “Abantu abanawe baningi kakhulu ukuba nginikele abakwaMidiyani esandleni sabo, ukuze u-Israyeli angangiphakamiseli, athi: ‘Isandla sami singisindisile.


UJonathani wasesithi kuyo ijaha eligqoka izikhali zakhe: Woza, sichaphele endaweni yabalindi yalaba abangasokile; nge min.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan