25 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
25 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
Kumelwe nihlanze izingubo zenu ngosuku lwesikhombisa, niyohlambuluka, ngemva kwalokho ningene ekamu.
Bala inani lempango eyathunjwayo, eyabantu neyezilwane, wena no-Eleyazare umpristi nezinhloko zomndeni wenhlangano.