UNumeri 3:30 - Contemporary Zulu Bible 202430 Isikhulu sendlu kayise wemindeni yamaKohati siyakuba ngu-Elishafani indodana ka-Uziyeli. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE30 Isikhulu sendlu kayise wemindeni yamaKohati siyakuba ngu-Elisafani indodana ka-Uziyeli. Faic an caibideilIsiZulu 202030 Umholi wemindeni yamaKhohathi kwakungu-Elizafani indodana ka-Uziyeli. Faic an caibideil |
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.