Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 3:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Ngokwenani labo bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane eziyisishiyagalombili namakhulu ayisithupha ababegcina inkonzo yendlu engcwele.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Njengokomumo wabo bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane eziyisishiyagalombili namakhulu ayisithupha, begcina inkonzo yendlu engcwele.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

28 Inani labo bonke abesilisa, kusukela konenyanga kuya phezulu, babeyizi-8 600.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 3:28
5 Iomraidhean Croise  

KwaKohati kwavela umndeni wakwa-Amramu nomndeni wama-Ishari nomndeni wakwaHebroni nomndeni wakwa-Uzili; lezi ziyizizukulwane zamaKohati.


Imindeni yamadodana kaKohati iyakumisa eceleni kwetabernakele ngaseningizimu.


Inkonzo yabo iyakuba ngumphongolo, netafula, nothi lwesibani, nama-altare, nezinto zendlu engcwele abakhonza ngazo, neveli, nayo yonke inkonzo yalo.


Bayakugcina inkonzo yayo nenkonzo yebandla lonke phambi kwetende lokuhlangana, benze inkonzo yetende.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan