Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 27:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 UMose wenza njengalokho uJehova emyalile; wamthatha uJoshuwa, wammisa phambi kuka-Eleyazare umpristi naphambi kwebandla lonke.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UMose wenza-ke njengalokho uJehova emyalile; wamthatha uJoshuwa, wambeka phambi kuka-Eleyazare umpristi naphambi kwenhlangano yonke,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

22 UMose wenza njengalokhu uSimakade ayemyalile; wamthatha uJoshuwa, wammisa phambi kuka-Eleyazare, umphristi, naphambi kwenhlangano yonke.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 27:22
3 Iomraidhean Croise  

Lawa angamadodana ka-Aroni; indodana yakhe u-Eleyazare, indodana yakhe uFinehasi, indodana yakhe u-Abishuwa,


Kumelwe ame phambi kuka-Eleyazare umpristi oyobuza kuye ngokwesahlulelo se-Urimi phambi kukaJehova; ngezwi lakhe bayakuphuma, futhi ngezwi lakhe bayakungena, yena nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli kanye naye, yebo yonke inhlangano.


Wabeka izandla zakhe phezu kwakhe, wamyala, njengalokho uJehova eyalile ngesandla sikaMose.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan