UNumeri 27:21 - Contemporary Zulu Bible 202421 Kumelwe ame phambi kuka-Eleyazare umpristi oyobuza kuye ngokwesahlulelo se-Urimi phambi kukaJehova; ngezwi lakhe bayakuphuma, futhi ngezwi lakhe bayakungena, yena nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli kanye naye, yebo yonke inhlangano. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Uyakuma phambi kuka-Eleyazare umpristi oyakumbuzela ngokunquma kwe-Urimi* phambi kukaJehova; ngezwi lakhe bayakuphuma nangezwi lakhe bayakungena, yena nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli kanye naye, yebo, yonke inhlangano.” Faic an caibideilIsiZulu 202021 Uyakuma phambi kuka-Eleyazare, umphristi, oyombuzela ngokunquma kwe-Urimi phambi kukaSimakade; ngezwi lakhe bayakuphuma nangezwi lakhe bayakungena, yena nabo bonke abakwa-Israyeli, yebo, nayo yonke inhlangano.” Faic an caibideil |