Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 26:56 - Contemporary Zulu Bible 2024

56 Ngokwesiphetho, ifa layo limelwe ukwahlukaniselwa abaningi nabambalwa.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

56 Ngokwenkatho izwe liyakwahlukaniswa phakathi kwabaningi nabayingcosana.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

56 Izwe liyakwabelwa abaningi nabayingcosana ngonkatho.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 26:56
5 Iomraidhean Croise  

Kumelwe nilabe ngenkatho njengefa lenu nelabafokazi abagogobele phakathi kwenu, abayozala abantwana phakathi kwenu; bayakuba kini njengabazalelwe ezweni phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli; ayoba nefa kanye nawe phakathi kwezizwe zakwa-Israyeli.


Kepha izwe liyakuhlukaniswa ngenkatho, ifa ngokwamagama ezizwe zoyise.


Yilaba ababalwayo kumaLevi ngemindeni yawo: kwaGereshoni: ngumndeni wakwaGereshoni; kwaKohati: ngumndeni wakwaKohati; kwaMerari: ngumndeni wakwaMerari.


Pho? U-Israyeli akakutholanga lokho abekufuna; kodwa abakhethiweyo bakuthola, labanye baphuphuthekiswa,


Kukhona-ke iziphiwo izinhlobonhlobo, kodwa uMoya munye.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan