16 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
16 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
Igama lowesifazane wakwaMidiyani owabulawayo lalinguKoshibi, indodakazi kaSuri; wayeyinhloko yesizwe nendlu yenkosi kwaMidiyani.
Cindezelani amaMidiyani futhi niwahlule.
Phindiselani abantwana bakwa-Israyeli kumaMidiyani; emva kwalokho uyobuthelwa kubantu bakini.