UNumeri 22:27 - Contemporary Zulu Bible 202427 Imbongolo yabona ingelosi yeNkosi yawela phansi phansi kukaBileyamu; ulaka lukaBileyamu lwavutha, wayishaya imbongolo ngodondolo. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE27 Imbongolo yayibona ingelosi kaJehova, yalala phansi kukaBileyamu; intukuthelo kaBileyamu yavutha, wayishaya imbongolo ngenduku yakhe. Faic an caibideilIsiZulu 202027 Lapho imbongolo iyibona ingelosi kaSimakade, yalala phansi kwacindezeleka uBhileyamu egibele kuyo, wathukuthela kakhulu, wayibhonya ngenduku yakhe imbongolo. Faic an caibideil |