Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 18:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Ngalokho niyakuletha umnikelo wokuphakanyiswa kuJehova kukho konke okweshumi kwenu enikwamukela kubantwana bakwa-Israyeli; futhi kumelwe unike u-Aroni umpristi umnikelo kaJehova.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Kanjalo nani niyakunikela ngomnikelo wokuphakanyiswa kuJehova ngakho konke okweshumi kwenu enikwamukelayo kubantwana bakwa-Israyeli; niyakunikela ku-Aroni umpristi ngomnikelo wokuphakanyiswa kaJehova.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

28 Kanjalo nani niyakunikela ngomnikelo wokuphakanyiswa kuSimakade, ngakho konke okweshumi kwenu enikwamukela kubantu bakwa-Israyeli; niyakunikela ku-Aroni umphristi, ngomnikelo wokuphakanyiswa kuSimakade.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 18:28
6 Iomraidhean Croise  

UMelkisedeki inkosi yaseSalema waletha isinkwa newayini, futhi wayengumpristi kaNkulunkulu oPhezukonke.


Lo mnikelo wenu kumelwe ubalelwe kini njengokungathi ukolweni wasesibuyani nanjengokugcwala kwesikhamo sewayini.


Kuzo zonke izipho zenu nilethe yonke iminikelo yokuphakanyiswa yeNkosi, kukho konke okuhle kakhulu kwayo, okungcwele kwayo.


Thatha inxenye yazo uyinike u-Eleyazare umpristi ibe ngumnikelo wokuphakanyiswa ovela kuJehova.


lapho umanduleli angena khona ngenxa yethu, uJesu, waba ngumpristi omkhulu kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan