UNumeri 18:23 - Contemporary Zulu Bible 202423 Kodwa amaLevi kumelwe enze umsebenzi wenkonzo yetende lokuhlangana, futhi kumelwe athwale ububi bawo; kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu, ukuze zingabi nafa phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE23 Kepha amaLevi ayakugcina inkonzo yetende lokuhlangana, athwale ububi bawo; kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu; naphakathi kwabantwana bakwa-Israyeli abayikuba nafa. Faic an caibideilIsiZulu 202023 AbaLevi bayokwenza umsebenzi wokukhonza ethendeni lokuhlangana, bathwale ububi bawo. Kuyoba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zabo, naphakathi kwabantu bakwa-Israyeli abayukuba nalifa. Faic an caibideil |