UNumeri 18:16 - Contemporary Zulu Bible 202416 Abahlengwayo kusukela kwabanenyanga uyakuyihlenga ngokulinganisa kwakho imali yamashekeli ayisihlanu ngokweshekeli lendlu engcwele, amagera angamashumi amabili. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Okuhlengwayo kuyakuhlengwa kusukela kokunenyanga ngokulinganisa kwakho ngemali yamashekeli* ayisihlanu ngokweshekeli lendlu engcwele elingamagera* angamashumi amabili. Faic an caibideilIsiZulu 202016 Intengo yokuhlengwayo, kusukela kokunenyanga ngokulinganisa kwakho, iyoba ngamashekeli ayisihlanu esiliva ngokweshekeli lendawo engcwele elingamagera angama-20. Faic an caibideil |