Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 17:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 UMose wayesekhipha zonke izinti phambi kukaJehova kubo bonke abantwana bakwa-Israyeli; babheka, kwaba yilowo nalowo wathatha intonga yakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UMose wakhiphela bonke abantwana bakwa-Israyeli zonke izintonga ngaphambi kukaJehova, babheka, yilowo nalowo wathatha intonga yakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

9 UMose wazikhipha izintonga phambi kukaSimakade wazikhiphela kubo bonke abantu bakwa-Israyeli, babona, kwaba yilowo nalowo wathatha intonga yakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 17:9
2 Iomraidhean Croise  

UJehova wathi kuMose: “Buyisela intonga ka-Aroni phambi kobufakazi, igcinwe ibe luphawu kwabahlubukayo; futhi uyosusa ukububula kwabo kimi, ukuze bangafi.


Kwathi ngangomuso uMose wangena etendeni lobufakazi; bheka, intonga ka-Aroni yendlu kaLevi yaqhakaza, yathela imiqumbe, iqhakazile, yathela ama-alimondi athelayo.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan