UNumeri 15:4 - Contemporary Zulu Bible 20244 Oletha umnikelo wakhe kuJehova uyakuletha umnikelo womlilo wesahlulo seshumi sempuphu ecolekileyo exovwe nokwesine kwehini lamafutha. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 khona-ke onikela ngomnikelo wakhe woletha kuJehova umnikelo wempuphu wokweshumi kwempuphu ecolekileyo exovwe nokwesine kwehini* lamafutha; Faic an caibideilIsiZulu 20204 khona-ke lowo onikela ngomnikelo wakhe uyoletha kuSimakade umnikelo wokusanhlamvu wokweshumi kwempuphu ecolisekileyo exovwe nokwesine kwehini lamafutha; Faic an caibideil |
Bayakuletha bonke abafowenu kube ngumhlatshelo kuJehova bevela ezizweni zonke begibele amahhashi, nangezinqola, nangezikebhe, naphezu kweminyuzi, nangezilwane ezinejubane, entabeni yami engcwele eJerusalema,” usho uJehova, “njengalokho abantwana bakwa-Israyeli beletha. “Umnikelo ngesitsha esihlambulukileyo endlini kaJehova.