17 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
17 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
Kumelwe nilethe ezindaweni enihlala kuzo izinkwa ezimbili zezingxenye ezimbili eshumini; kumelwe kube yimpuphu ecolekileyo; kumelwe ziphekwe ngemvubelo; bayizithelo zokuqala zeNkosi.
Kuyosebenza umthetho owodwa nendlela eyodwa kini nakumfokazi ogogobeleyo kini.
Khuluma kubantwana bakoIsrayeli uthi kubo: Nxa lifika elizweni engizaliletha kulo,
Ngokuba uma ulibo lungcwele, nenhlama ingcwele; uma impande ingcwele, namagatsha anjalo.