Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 14:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 Mina, iNkosi, ngathi: Ngokuqinisekile ngizokwenza lokhu kuyo yonke le nhlangano embi engibuthelene yona; kuleli hlane bayakuqedwa, bafele khona.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Mina Jehova ngikhulumile; ngiyakwenza lokho ngempela kuyo yonke le nhlangano embi engihlanganyeleyo; kuleli hlane bayakuqedwa, bafele khona.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

35 Mina Simakade ngikhulumile. Ngiyakukwenza ngempela lokhu kuyo yonke le nhlangano eyonakele ehlangane yamelana nami kuleli hlane, bonke bayofela khona.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 14:35
10 Iomraidhean Croise  

Ngakho wachitha izinsuku zabo ngeze neminyaka yabo ekuhluphekeni.


Mnakekele futhi ulalele izwi lakhe, ungamgconi; ngoba kayikuthethelela iziphambeko zenu, ngoba ibizo lami likuyo.


Njengalokho ngalwa naboyihlo ehlane laseGibithe, kanjalo ngiyakulwa nani, isho iNkosi uJehova.


UNkulunkulu akasiye umuntu ukuba aqambe amanga; nendodana yomuntu ukuba iphenduke; wathi futhi ngeke? noma ukhulumile angalungisi na?


Ngoba iNkosi yathi ngabo: Isibili bazafela enkangala. Akwasala muntu kubo, kuphela uKalebi indodana kaJefune noJoshuwa indodana kaNuni.


Kepha zonke lezo zinto zabehlela bona kube yizibonelo, kulotshiwe ukuba kube yisiyalo sethu, esesifikelwe ukuphela kwezwe.


Kepha uNkulunkulu akajabulanga ngabaningi babo, ngokuba bachithwa ehlane.


Ngakho siyabona ukuthi babengenakungena ngenxa yokungakholwa.


Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bahamba iminyaka engamashumi amane ehlane, aze abhubha onke amaqhawe aphuma eGibithe, ngokuba bengalilalelanga izwi likaJehova; uJehova afunga kubo ukuthi akayikuba nalutho. Sibabonise izwe uJehova alifungela okhokho babo ukusinika lona, izwe elichichima ubisi nezinyosi.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan