Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 14:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ngempela, ngeke balibone izwe engalifungela okhokho babo, futhi akekho noyedwa walabo abangiklolodelayo oyolibona.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 abayikubona ngempela izwe engalifungela oyise, futhi aliyikubonwa muntu walabo abangidelela;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

23 akukho namunye kubo oyakulibona izwe engafunga kokhokho babo ngalo. Bonke labo abangedelela ehlane abayukulibona.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 14:23
12 Iomraidhean Croise  

Wandisa abantwana babo baba ngangezinkanyezi zezulu, wabangenisa ezweni owathembisa ngalo oyise ukuthi bayakungena ukulidla.


Ngakho wabaphakamisela isandla sakhe ukuze abawise enkangala.


Engafunga kubo entukuthelweni yami ukuthi abayikungena ekuphumuleni kwami.


Uma benza okubi emehlweni ami, bengalilaleli izwi lami, ngiyakuzisola ngokuhle ebengithe ngizakuba nomusa ngakho.


Kepha nami ngabaphakamisela isandla sami ehlane, ukuthi angiyikubangenisa ezweni engabanika lona, elichichima ubisi nezinyosi, elikhazimulayo emazweni onke;


Kepha phakathi kwabo kwakungekho noyedwa kubo uMose no-Aroni umpristi abababalayo lapho bebala abantwana bakwa-Israyeli ehlane laseSinayi.


Ngoba iNkosi yathi ngabo: Isibili bazafela enkangala. Akwasala muntu kubo, kuphela uKalebi indodana kaJefune noJoshuwa indodana kaNuni.


Ngempela, amadoda akhuphuka eGibhithe, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, ngeke alibone izwe engalifunga ku-Abrahama, no-Isaka, noJakobe; ngoba abangilandelanga ngokuphelele.


Bhekani, ngiyakwethula izwe kini; ngenani nilidle izwe uJehova alifungela oyihlo o-Abrahama, u-Isaka noJakobe ukulinika bona nenzalo yabo emva kwabo.


Ngokuba thina esikholwayo siyangena ekuphumuleni njengokusho kwakhe ukuthi: “Ngalokho ngafunga ekuthukutheleni kwami ngathi: ‘Abayikungena ekuphumuleni kwami,’ nakuba imisebenzi yayenziwa kusukela ekusekelweni komhlaba.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan