Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 14:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngiyakubashaya ngesifo, ngibaphuce, ngenze wena ube yisizwe esikhulu nesinamandla kunabo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngiyakubashaya ngesifo, ngibaphuce ifa, ngikwenze isizwe esikhulu nesinamandla kunabo.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

12 Ngiyobashaya ngobhubhane, ngibaphuce ifa, ngikwenze isizwe esikhulu nesinamandla kunabo.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 14:12
9 Iomraidhean Croise  

Intukuthelo kaJehova yaphinda yamvuthela u-Israyeli, wamvusa uDavide ukuba athi: “Hamba ubale u-Israyeli noJuda.


Ngakho ake ngime, ukuze intukuthelo yami ibavuthele, ngibaqede; ngiyakukwenza isizwe esikhulu.


Bathi: “UNkulunkulu wamaHeberu wasihlangabeza; masihambe uhambo lwezinsuku ezintathu ehlane, sihlabele uJehova uNkulunkulu wethu; funa asehlele ngesifo noma ngenkemba.


Kepha indlu yakwa-Israyeli yangihlubuka ehlane; abahambanga ngezimiso zami, badelela izahlulelo zami, okuthi uma umuntu ezenza, aphile ngazo; amasabatha ami bawangcolisa kakhulu;


Ngiyakwehlisela phezu kwenu inkemba eyakuphindisela ukulwa kwesivumelwano sami; lapho senibuthene emizini yenu, ngiyakuthuma isifo phakathi kwenu; uyakunikelwa esandleni sesitha.


Abafayo ngesifo babeyizinkulungwane ezingamashumi amabili nane.


UJehova uyakunamathelisa kuwe isifo aze akuqede ezweni oya kulo ukulidla.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan