Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 11:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kwasala amadoda amabili ekamu, igama lenye lalingu-Elidadi, igama lenye lalinguMedadi; umoya wahlala phezu kwabo; bangababala, kepha babengaphumi ukuya etabernakele; baprofetha ekamu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Kodwa kwasala amadoda amabili ekamu,* igama lenye lalingu-Elidadi, igama leyesibili linguMedadi; umoya wayehlala phezu kwawo; ayephakathi kwalawo alotshiweyo, kepha awayanga etendeni; aprofetha ekamu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

26 Kepha kwakusele amadoda amabili enkanjini. Igama leyokuqala kwakungu-Elidadi, negama leyesibili kunguMedadi. Umoya wahlala phezu kwawo; ayephakathi kwalawo ayebhalisiwe, kodwa ayengayanga ethendeni, nawo aphrofetha enkanjini.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 11:26
11 Iomraidhean Croise  

UMoya kaNkulunkulu wehlela phezu kuka-Azariya indodana ka-Odedi.


Eminye iminyaka eminingi wababekezelela futhi wafakaza ngokumelene nabo ngomoya wakho kubaprofethi bakho; nokho abalalelanga; ngalokho wabanikela esandleni sabantu bamazwe.


Wayesethi uMose kuNkulunkulu: “Ngingubani mina ukuba ngiye kuFaro, ngikhiphe abantwana bakwa-Israyeli eGibithe na?”


Ngase ngithi: “Awu, Nkosi Jehova! bheka, angikwazi ukukhuluma ngoba ngiyingane.


UJeremiya wamyala uBaruki, wathi: “Ngivalelwe; Angikwazi ukungena endlini kaJehova;


Kwasekugijima ijaha, lamtshela uMozisi, lathi: OElidadi loMedadi baprofetha enkambeni.


UBileyamu waphakamisa amehlo akhe, wabona u-Israyeli ehlezi ngokwezizwe zakhe; uMoya kaNkulunkulu wehlela phezu kwakhe.


Yingakho babuza futhi kuJehova mayelana nokuthi lowo muntu usazoza yini lapho. Wathi uJehova: Bheka, wacasha phakathi kwezinto.


UMoya kaJehova uzakufika phezu kwakho, uprofethe kanye nabo, uguqulwe ube ngomunye umuntu.


Kepha uSawule akashongo lutho ngalolo suku, ngokuba wacabanga ukuthi: “Okuthile okwenzekile kuye, akahlambulukile; impela akahlanzekile.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan