UNumeri 11:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 UMose wezwa abantu bekhala ngemindeni yabo, kwaba yilowo nalowo ngasemnyango wetende lakhe; ulaka lweNkosi lwavutha kakhulu; UMose naye akazange ajabule. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 UMose wezwa abantu bekhala emindenini yabo, kwaba yilowo nalowo muntu ngasemnyango wetende lakhe; intukuthelo kaJehova yavutha kakhulu; kwakukubi emehlweni kaMose. Faic an caibideilIsiZulu 202010 UMose wezwa abantu bekhala emindenini yabo ngasemnyango wethende lakhe. Intukuthelo kaSimakade yavutha kakhulu, lokhu kwamdabukisa kakhulu uMose. Faic an caibideil |