UNumeri 1:30 - Contemporary Zulu Bible 202430 Kubantwana bakwaZebuloni, ngemindeni yabo, ezizukulwaneni zabo nangezindlu zawoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma; Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE30 Kubantwana bakwaZebuloni, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi: Faic an caibideilIsiZulu 202030 Abozalo lukaZebuloni, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abangaphuma impi: Faic an caibideil |