Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNahume 3:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Bhekani, nginombano ngani, usho uJehova Sebawoti; ngiyakwembula ubucwebe bakho ebusweni bakho, ngibonise amahloni akho ezizweni nasemibusweni ihlazo lakho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 “Bheka, ngimelene nawe,” usho uJehova Sebawoti; “ngiyakuphakamisa imiphetho yakho ebusweni bakho, ngibonise izizwe ubunqunu bakho, nemibuso ihlazo lakho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

5 Uyabona-ke, ngimelene nawe; ngiyakuphakamisa isidwaba sakho sikwemboze ubuso, ngikhombise izizwe ubunqunu bakho, nemibuso ihlazo lakho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNahume 3:5
12 Iomraidhean Croise  

Futhi uma uthi enhliziyweni yakho: Kungani lezi zinto zingehlela na? Ngokuba ubukhulu bobubi bakho izambatho zakho zambuliwe, nezithende zakho zambulwe.


Ngakho ngizakwembula izembatho zakho ebusweni bakho, ukuze kubonakale ihlazo lakho.


Bheka, nginakho ngawe, wena ozidlayo, isho iNkosi uJehova Sebawoti; ngoba usuku lwakho selufikile, isikhathi sokukuhambela kwami.


Ngakho-ke bheka, ngiyakubutha zonke izithandwa zakho, owajabula ngazo, nabo bonke owabathanda, kanye nabo bonke obazondayo; Futhi ngiyobabutha nxazonke kuwe futhi ngembule ubunqunu bakho kubo, ukuze babone lonke ihlazo lakho.


Yisho ezweni lakwa-Israyeli, uthi: ‘Usho kanje uJehova, uthi; Bheka, ngimelene nawe; ngiyakuhosha inkemba yami emgodleni wayo, nginqume abalungileyo nababi kuwe.


Futhi ngizobeka ukushisekela kwami phezu kwakho, futhi bayobhekana nawe; bayakususa ikhala lakho nezindlebe zakho; insali yenu iyakuwa ngenkemba; bayakuthatha amadodana akho namadodakazi akho; futhi insali yakho iyoqedwa ngomlilo.


Bayokwenza kuwe ngenzondo, bathathe wonke umshikashika wakho, bakushiye uhamba-ze, ubonakalisiwe; nehlazo lobufebe bakho liyokwambulwa, ihlazo lakho kanye nobufebe bakho.


Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, nginakho ngawe, Tire; ngiyakwenza izizwe eziningi zikuvukele njengolwandle luphakamisa amaza alo.


Hamba, wena owakhileyo eSafiri, nehlazo lakho uhamba ze; uyakwamukela udumo lwakhe kini.


Bhekani, ngimelene nani, usho uJehova Sebawoti, ngishise izinqola zalo zibe ngumusi, nenkemba idle amabhongo enu ezingonyama; ngiyakunquma impango yakho emhlabeni, nezwi lezithunywa zakho alisayikuzwakala.


Nigcwele ihlazo enkazimulweni; Phuza nawe, lembulwe ijwabu lakho; indebe yesandla sokunene sikaJehova iyakuphendulelwa kuwe, nokukhafulelwa okuyihlazo phezu kodumo lwakho.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan