Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNahume 3:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wandisile abathengisi bakho ngaphezu kwezinkanyezi zezulu;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wandisile abathengisi bakho kunezinkanyezi zezulu; inkasa iyakhula, indize imuke.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

16 Wandisile abahwebi bakho ukwedlula izinkanyezi zezulu; isikhonyane sahluba, qede sandizela kude.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNahume 3:16
7 Iomraidhean Croise  

Wamkhiphela ngaphandle, wathi: “Bheka isibhakabhaka, ubale izinkanyezi, uma ungazibala; wathi kuye: Iyakuba njalo inzalo yakho.


Ngiyakukubusisa, ngandise inzalo yakho njengezinkanyezi zezulu nanjengetshebetshebe esisogwini lolwandle; nenzalo yakho iyodla ifa lesango lezitha zayo;


Wandisa abantwana babo baba ngangezinkanyezi zezulu, wabangenisa ezweni owathembisa ngalo oyise ukuthi bayakungena ukulidla.


Wakhuluma, kwafika isikhonyane, nezinkumbi, nalezi ezingenakubalwa;


Ngubani owenza leli cebo ngeTire, umuzi womqhele, obathengi bawo bayizikhulu, obathengi bawo bangabadunyiswa emhlabeni na?


Njengalokhu ibandla lasezulwini lingenakubalwa, nesihlabathi solwandle singenakulinganiswa, kanjalo ngiyakwandisa inzalo kaDavide inceku yami namaLevi angikhonzayo.


Okusalayo kwesundu kwadliwa yisikhonyane; okwasalayo kwadliwa yinkumbi; okwasalayo kwadla amacimbi.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan