UNahume 1:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 UJehova wayala ngani ukuba kungabe kusahlwanyelwa okwegama lakho; endlini yawonkulunkulu bakho ngiyakunquma isithombe esibaziweyo nesithombe esibunjiweyo; ngoba ukhohlakele. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Kepha uJehova uyalezile ngawe ukuthi akusayikuhlwanyelwa okwegama lakho; endlini yawonkulunkulu bakho ngiyakunquma izithombe ezibaziweyo nezibunjiweyo; ngiyakulungisa ithuna lakho, ngokuba awuyinto yalutho. Faic an caibideilIsiZulu 202014 Kepha uSimakade uyalezile ngawe ukuthi akusayukuphinde kutshalwe egameni lakho, endlini yonkulunkulu bakho ngiyakunquma isithombe esibaziweyo nesithombe esibunjiweyo, ngiyakwenza ithuna lakho, ngokuba awuyinto yalutho. Faic an caibideil |