UmShumayeli 4:1 - Contemporary Zulu Bible 20241 Ngase ngibuyela emuva, ngabona zonke izinsizi ezenzeka phansi kwelanga; futhi ohlangothini lwabacindezeli babo kwakukhona amandla; kodwa babengenamduduzi. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Ngase ngibuye ngabona konke ukucindezela okwenziwa phansi kwelanga; bheka izinyembezi zabacindezelwayo; babengenamduduzi. Ohlangothini lwababacindezelayo kwakukhona amandla, kepha bona babengenamduduzi. Faic an caibideilIsiZulu 20201 Ngabuye ngabona konke ukucindezela okwakwenziwa phansi komthunzi welanga. Bheka, izinyembezi zabacindezelwe bengenabani wokubaduduza! Uhlangothi lwabacindezeli lwalunamandla, kanti nalo lungenabani wokulududuza. Faic an caibideil |