Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UmShumayeli 12:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Mhla abalindi bendlu bethuthumela, bakhothama abanamandla, nabasilayo beyeka, ngokuba bayingcosana, nababuka ngamafasitele babe mnyama;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 ngalolo suku lapho abalindi bendlu beyakuthuthumela, amadoda anamandla agobe, abasilikazi bayeke ngokuba beyingcosana, abalunguza emafasiteleni bafiphazelwe,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

3 Ngosuku lapho abalindi bendlu beyothuthumela, namadoda anamandla athothobale, nabasilayo beyoyeka ukugaya, ngoba sebeyingcosana, nabalunguza ngamafasitela bangabe besalunguza,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UmShumayeli 12:3
9 Iomraidhean Croise  

Kwathi u-Isaka esemdala, namehlo akhe esequndekile, engasaboni, wabiza u-Esawu izibulo, wathi kuye: “Ndodana yami,” wathi kuye: “Bheka, ngilapha.”


Amehlo ka-Israyeli ayefiphele ngenxa yokuguga, engasaboni. Waziletha kuye; wasebanga, wawagona.


Wehlisela amandla ami endleleni; uzifinyezile izinsuku zami.


Ngaziphatha njengomngane wami loba umfowethu;


Ngikhathazekile; Ngithobeke kakhulu; Ngizolila usuku lonke.


Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Kusayakuba khona amaxhegu nezalukazi ezitaladini zaseJerusalema, kube yilowo nalowo nodondolo lwakhe esandleni sakhe iminyaka eminingi.


Kwathi ngaleso sikhathi u-Eli elele endaweni yakhe, namehlo akhe eqala ukuqundeka ukuba angaboni;


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan