Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UmShumayeli 1:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kukhona yini okungashiwo ngakho ukuthi: Bheka, kukusha na? bekuphambi kwethu kusukela kudala.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kukhona yini into okuthiwa ngayo: “Bheka, intsha le.” Yayikhona nasemandulo ayengaphambi kwethu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

10 Ikhona yini into okuthiwa ngayo: “Bheka, lokhu kusha?” Empeleni seyake yaba khona emandulo, singakabi bikho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UmShumayeli 1:10
10 Iomraidhean Croise  

Akukho ukukhunjulwa kwezinto zakuqala; futhi akuyikubakho ukukhunjulwa kwezinto ezizayo kanye nabazayo.


Okwakukhona yikho okuzakuba khona; futhi okwenzekayo yilokho okuyokwenziwa; futhi akukho okusha phansi kwelanga.


Ngase ngiphenduka ukuba ngibone ukuhlakanipha, nokuhlanya, nobuwula; ngoba umuntu oza emva kwenkosi angenzani? lalokho osekwenziwe.


Lokho osekukhulunyiwe, futhi kuyaziwa ukuthi kungumuntu;


Jabulani nithokoze, ngokuba umvuzo wenu mkhulu ezulwini, ngokuba babazingela kanjalo abaprofethi abanandulele.


Nina bantamo zilukhuni, abangasokile ezinhliziyweni nasezindlebeni, nimelana njalo noMoya oNgcwele;


Njengoba uJane loJambre bamelana loMozisi, ngokunjalo laba bamelana leqiniso, abantu abalengqondo eyonakeleyo, abalamandla ekukholweni.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan