UMikha 6:15 - Contemporary Zulu Bible 202415 Uzahlanyela, kodwa kawuyikuvuna; kumelwe unyathele iminqumo, kodwa akumelwe uzigcobe ngamafutha; newayini elimnandi, kepha ungaliphuzi iwayini. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 “Uyakutshala, ungavuni kodwa; uyakunyathela iminqumo, ungazigcobi kodwa ngamafutha, nezithelo zomvini, ungaliphuzi nokho iwayini. Faic an caibideilIsiZulu 202015 “Uyakutshala, kodwa ungavuni; uyakugxoba iminqumo, kepha ungazigcobi wena ngamafutha, ukhame izithelo zomvini, kodwa wena ungaliphuzi iwayini. Faic an caibideil |