UJoweli 2:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Njengomsindo wezinqola eziqongweni zezintaba bayogxuma, njengomsindo welangabi lomlilo liqothula izinhlanga, njengabantu abanamandla abami ngokulandelana kwempi. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Bangqabashiya ngomsindo wezinqola eziqongweni zezintaba, njengokuchochoza kwelangabi lomlilo elidla amabibi nanjengabantu abanamandla, abahlelelwe ukulwa. Faic an caibideilIsiZulu 20205 Bagqabashiya kube sengathi ngumsindo wezinqola ezicongweni zezintaba, nanjengomsindo welangabi lomlilo ongqongqisa amahlanga, banjengabantu abanamandla abavivela ukulwa. Faic an caibideil |