UJoweli 2:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 Umlilo udla phambi kwabo; futhi emva kwabo ilangabi liyavutha; izwe linjengensimu yase-Edene phambi kwabo, futhi emva kwabo ugwadule lwasendle; yebo, futhi akukho lutho oluyophunyuka kubo. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Phambi kwabo kuyadla umlilo, nasemva kwabo kushisa ilangabi; izwe liphambi kwabo njengensimu yase-Edene, nangasemva kwabo kuyihlane lencithakalo, akukho okubabalekelayo. Faic an caibideilIsiZulu 20203 Phambi kwabo kuqothula umlilo, emva kwabo kuvutha ilangabi; izwe eliphambi kwabo linjengensimu e-Edeni, kodwa emva kwabo liyihlane elingenalutho, akukho okuphunyukayo kubo. Faic an caibideil |