Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UJoshuwa 9:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Benza ngobuqili, bahamba, bazenza izithunywa, bathatha amasaka amadala ezimbongolweni zabo, nezingqalathi zewayini, ezindala, eziklebhukile, neziboshiwe;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 nabo benza ubuqili, bahamba bazenzisa kwangathi bayizithunywa, babeka amasaka agugileyo ezimbongolweni zabo, nezimvaba zewayini ezigugileyo neziklebhukileyo, ebesezithungiwe,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

4 nazo zenza ubuqili. Zahamba zayozihlinzeka ngemiphako, zase zithatha amasaka agugile zawabeka phezu kwezimbongolo zazo, nezimvaba ezigugile nezidabukileyo ezase zichitshiyelwe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UJoshuwa 9:4
12 Iomraidhean Croise  

Amadodana kaJakobe abaphendula ngamanga oShekemi noyise uHamori, ethi, ngokuba engcolisile udadewabo uDina;


Ngokuba senginjengegabha emsini; nokho angizikhohlwa izimiso zakho.


Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho hlakaniphani njengezinyoka, nibe msulwa njengamajuba.


Kanjalo kabatheli iwayini elitsha ezimvabeni ezindala; funa izimvaba ziyaphuka, lichitheke iwayini, nezimvaba zonakale;


Futhi akakho othela iwayini elisha ezimvabeni ezindala, funa iwayini liqhumise izimvaba, lichitheke iwayini, nezimvaba zonakale; kodwa iwayini elisha lithelwa ezimvabeni ezintsha.”


Inkosi yamtusa umphathi ongalungile, ngokuba wenze ngokuhlakanipha; ngokuba abantwana balesi sikhathi bahlakaniphile esizukulwaneni sabo kunabantwana bokukhanya.


Lesi sinkwa sethu sasithatha sifudumala ezindlini zethu njengokudla ngosuku esaphuma ngalo ukuya kini; kepha manje bhekani, sesomile, siyabubula;


Futhi lezi zikhwama zewayini esazigcwalisa zazizintsha; futhi bheka, zaziklebhukile, futhi lezi zingubo zethu nezicathulo zethu zaguga ngenxa yohambo olude kakhulu.


Lapho abakhileyo eGibeyoni bezwa lokho uJoshuwa ayekwenzile eJeriko nase-Ayi,


nezicathulo ezigugile ezinyaweni zabo, nezingubo ezigugile; isinkwa sonke sokudla kwabo sasomile sikhuntile.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan