Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UJoshuwa 8:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 (ngokuba bayakuphuma emva kwethu) size sibadonsele ngaphandle komuzi; ngoba bazakuthi: Babaleka phambi kwethu njengakuqala; ngakho-ke siyakubabalekela.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Bayakuphuma, basilandele, size sibasuse emzini, ngokuba bayakusho ukuthi: ‘Babaleka phambi kwethu njengakuqala,’ bese sibaleka phambi kwabo;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

6 Bayakuphuma basixoshe, nathi siyakubayenga baphume emzini, ngokuba bayakuthi: ‘Bayabaleka phambi kwethu njengakuqala.’ “Ngesikhathi sibaleka phambi kwabo,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UJoshuwa 8:6
7 Iomraidhean Croise  

Ngoba uFaro uzakuthi ngabantwana bakoIsrayeli: Badidekile elizweni, inkangala ibahaqile.


Isitha sathi: Ngiyakubaxosha, ngifice, ngahlukanise impango; ukunxanela kwami kuyakwaneliswa phezu kwabo; ngiyakuhosha inkemba yami, isandla sami sibachithe.


Ngoba ukwahlulelwa kwesenzo esibi kakufiki masinyane, ngakho inhliziyo yabantwana babantu igcwele ukwenza okubi.


futhi umusa awukho kwabahlakaniphileyo; kodwa isikhathi nethuba kubafica bonke. Ngokuba umuntu akasazi isikhathi sakhe: njengezinhlanzi ezibanjwa enetheni elibi nanjengezinyoni ezibanjwa ogibeni; kanjalo abantwana babantu bayathandeka ngesikhathi esesabekayo lapho sibafica ngokuzumayo.


Mina nabo bonke abantu abanami siyakusondela emzini, uma bephuma ukulwa nathi njengakuqala, siyakubaleka phambi kwabo;


Khona-ke kumelwe usuke lapho oqamekele khona uwuthathe umuzi, ngoba uJehova uNkulunkulu wakho uyowunikela esandleni sakho.


Base bethi abantwana bakwaBenjamini: “Banqotshiwe phambi kwethu njengakuqala; Kepha abantwana bakwa-Israyeli bathi: “Masibaleke, sibadonsele emigwaqweni besuka emzini.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan