Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UJoshuwa 1:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Khumbulani izwi uMose inceku kaJehova aniyala ngalo ngokuthi: ‘UJehova uNkulunkulu wenu uniphumzile, waninika leli zwe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 “Khumbulani izwi aniyala ngalo uMose inceku kaJehova, ethi: ‘UJehova uNkulunkulu wenu uyakuniphumuza, aninike leli zwe.’

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

13 “Khumbulani izwi uMose, inceku kaNkulunkulu, aniyala ngalo, ethi: ‘USimakade uNkulunkulu wenu uzakunabela indawo yokuphumula, futhi uyakuninika leli lizwe.’

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UJoshuwa 1:13
6 Iomraidhean Croise  

Usho kanje uJehova, uthi: “Abantu abasala enkembeni bathola umusa ehlane; u-Israyeli, lapho ngiyomphumuza.


Umkenu, nabantwana benu, nemfuyo yenu kuyakuhlala ezweni uMose aninika lona phesheya kweJordani; kodwa kufanele nidlule nihlomile phambi kwabafowenu, wonke amaqhawe anesibindi, futhi nibasize;


UJehova wabanika ukuphumula nxazonke njengakho konke ayekuthembisile koyise ngesifungo; akwabakho muntu kuzo zonke izitha zabo owama phambi kwabo; uJehova wanikela zonke izitha zabo esandleni sabo.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan