Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UJobe 19:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 ningithukile izikhathi eziyishumi; aninamahloni ngokuzenza abemzini kimi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Seningihlazisile kayishumi; aninamahloni okuthi ningiphathe kabi na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

3 Sekuze kwaba kalishumi ningingcofa, kodwa anizange nibe namahloni okuthi ningiphathe kabi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UJobe 19:3
19 Iomraidhean Croise  

Uyihlo wangikhohlisa, waguqula inkokhelo yami kayishumi; kodwa uNkulunkulu kamvumelanga ukuthi angilimaze.


UJosefa wababona abafowabo, wabazi, kepha wazenza ongabazi kubo, wakhuluma kalukhuni kubo; wasesithi kubo: Livela ngaphi? Basebesithi: Sivela elizweni leKhanani ukuyathenga ukudla.


Kwathi abaJuda ababehlala labo sebefikile, basibikela izikhathi ezilitshumi, bathi: Ezindaweni zonke lapho elizabuyela khona kithi, lizakuba phezu kwenu.


Uma ububi busesandleni sakho, bubeke kude, kungahlali ububi ematendeni akho.


Amanga akho kufanele athulise abantu na? uma uklolodela, akakho oyakuhlazisa na?


Umoya wami uyanuka kumkami, noma ngincenga ngenxa yabantwana besisu sami.


Koze kube nini nihlupha umphefumulo wami, ningiphule ngamazwi na?


Noma kuyiqiniso ukuthi ngonile, isiphambeko sami sihlezi kimi.


Ngikuzwile ukuthukwa kwami, nomoya wokuqonda kwami wangiphendula.


Sengingowezizweni kubafowethu nowemzini kubantwana bakamama.


Kuzo zonke izindaba zokuhlakanipha nokuqonda inkosi eyayibabuza yona, yathola ukuthi babengcono ngokuphindwe kashumi kunabo bonke abahlola imilingo nabahlola izinkanyezi ababesembusweni wayo wonke.


Uma ngiluphulile udondolo lwesinkwa senu, abesifazane abayishumi bayakubhaka isinkwa senu kuhhavini munye, babuyisele isinkwa senu ngesisindo; uyakudla ungasuthi.


Ngokuba bonke labo bantu ababona inkazimulo yami nezimangaliso zami engazenza eGibithe nasehlane, manje sebengilingile izikhathi eziyishumi, abalalelanga izwi lami;


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan