Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UGenesise 48:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Futhi inzalo yakho oyoyizala ngemva kwabo iyoba ngeyakho futhi ibizwe ngegama labafowabo efeni layo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kepha inzalo yakho oyizala emva kwabo izakuba ngeyakho; iyakubizwa ngegama labafowabo efeni lalabo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

6 Uma uthola amanye amadodana emva kwalawa, ayakuba ngawakho, kodwa ayakulotshwa phansi kohla lwabafowabo, ngokuba ifa lawo ayolithola kubo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UGenesise 48:6
3 Iomraidhean Croise  

Manje amadodana akho amabili, u-Efrayimi noManase, owazalelwa wona ezweni laseGibithe ngingakafiki kuwe eGibithe, angawami; njengoRubeni noSimeyoni bayakuba ngabami.


Mina-ke, ekuphumeni kwami ePhadani, uRaheli wafa nami ezweni laseKhanani endleleni, kusekude ukuba ngifike e-Efrati; ngammbela lapho endleleni yase-Efrati; okuyiBetlehema.


Ngokuba abantwana bakwaJosefa babe yizizwe ezimbili, uManase no-Efrayimi; ngalokho amaLevi akawanikanga isabelo ezweni, kuphela imizi yokuhlala, namadlelo ayo ezinkomo zawo, nempahla yawo.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan