UGenesise 15:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Wakuthatha konke, wakudabula phakathi, wabeka ucezu lwalo lwabhekene nolunye, kepha izinyoni akazidabulanga. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Wamthathela zonke lezo, wazinquma phakathi, wabeka kwaba yileyo naleyo nxenye ukuba ibhekane nenye; kepha izinyoni akazinqumanga. Faic an caibideilIsiZulu 202010 U-Abhrama wakuletha kuSimakade konke lokho, wakwehlukanisa izingxenye ezimbili, wazihlela izinhlangothi zabhekana, kodwa izinyoni akazehlukanisanga. Faic an caibideil |